Kucekelwe phansi umuzi kaBin Laden

2012-02-27 07:10

Abbottabad - IPakistan igcine ikuphothulile ukucekelwa phansi komuzi u-Osama bin Laden ahlala kuwona iminyaka eminingi ngaphambi kokuba abulawe ngamasosha aseMelika ngonyaka ofile.

Abasebenzi baqale ukucekela phansi lo muzi oyizitezi ezintathu osenyakatho ntshonalanga nePakistan ngoMgqibelo ebusuku baze baqeda ezintatha ngoMsombuluko.

Intatheli ye-Associated Press esendaweni yesehlakalo ithi sekusele udonga oluwumngcele nje kuphela.

Amasosha aseMelika agasela e-Abbottabad ngoMeyi 2 adubula uBin Laden, umzimba wakhe awuphonsa olwandle.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 14-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 13-22°C Afternoon clouds. Mild. PE: 16-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...