Kulimale ababili engozini yomgwaqo eThekwini

2012-03-07 16:47
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Babili abantu abalimalile ngesikhathi kuginqika imoto emgwaqeni ongu-N2 ngakuNandi drive eThekwini, kubika i-Newswatch.

Kukholakala ukuthi umshayeli wemoto eyi bakkie uhlulekile ukuyilawula yase iginqika.

Ingozi yenzeke ngezikhathi zamadina.

Umshayeli kanye nomunut obephakathi emotweni bathoo eukwelashwa endaweni yesehlakalo.

Okhulela abezimo eziphuthumayo i-ER24 uDerrick Banks uthi kube nokuphazamisek akwezimoto.

U Banks uthi imoto eginqikile ibithwele amakhemikhali axhitheke agcwala umgwaqo.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: 6-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...