UKim ufuna kuqedwe ngelokuhlukanisa

2012-05-08 12:25
Yabelani Shicilela

Los Angeles - Ummeli kaKim Kardashian uthe lo nontandakubukwa usefuna kuqedwe ngohlelo lwakhe lokuhlukanisa elikasofasilahlane, kodwa abameli bomyeni wakhe basematasa nokucisha lo mshado.

Ummeli kaKardashian, uLaura Wasser, utshele ijaji ukuthi ucabanga ukuthi umunyu ozwiwa nguKris Humphries nokusabalala kwalolu daba kwabezindaba yikho okuhambisa kancane leli cala.

Lezi zithandani zashada izinsuku ezingu-72.

UWasser uthe leli cala lilula, kodwa lingase lidle ephaketheni kulo mdlali we-basketball uma eqhubeka nokuthi lo mshado wawukhwatshanisiwe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 7-15°C Morning clouds. Cool. Bloem: 9-19°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 12-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...