Sesivuliwe isikhwama sokudala amathuba emisebenzi

2011-06-07 15:37

Parliament - UNgqongqoshe wezeziMali uPravin Gordhan umemezele ukuthi sesivuliwe isikhwama semali esibhekele ukudala amathuba emisebenzi kuleli ngoLwesibili, njengoba ethi kudingeka izindlela ezintsha nezinomdlandla ohlelweni lokwakhiwa kwamathuba emisebenzi.

Utshele izintatheli ePhalamende ukuthi lesi sikhwama sikaR9 billion, nesamenyezelwa okokuqala ngoFebhuwari, sizolawulwa ibhange lentuthuko kuleli iDevelopment Bank of SA (DBSA).

"ENingizimu Afrika, sizama ngazo zonke izindlela ukudala amathuba emisebenzi," kusho uGordhan.

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-22°C Scattered tstorms late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...