news24Banner

Inewsletter yansuku zonke

   Izindaba | Ezemidlalo | Diski | Ezamabhizinisi | Izindaba-Zami
 

Owesilisa ukhala ngabambiza ngesitabane esiqwayizayo

UPrince Mwibu, 43, uthi usekhathele abantu abambiza ngesitabane esiqwayizayo ngoba yena unentombi kanye nengane abahlala eWallacedene, eKraaifontein.

UMinnie Jones uqophe umlando ngohlelo lwakhe

Okuhle kulukhu kumlandele njalo uMinnie Dlamini-Jones njegoba sekuvele izindaba ezinhle ngohlelo lwakhe olusanda kuqala.

Batholane esiteshini samaphoyisa obaba bengane 'ebilahlekile' eThekwini

Owesimame waseThekwini owakhohlisa amaphoyisa ngokuthi kuthunjwe ingane yakhe, useboshiwe.

Kushone abangu-8 kuqhuma ifemu kakhilikithi

Ukuqhuma okwenzeke efemini ebisebenza ngokungemthetho yakha ukhilikithi, kubulale abantu abangu-8 kwathi abanye abangu-20 balimala njengoba abenkolo yamaHindu bebegubha uDiwali.

Ezifundwe ukuzedlula zonke


Inkantolo yaseMadadeni ibagwebe udilikajele ababulala usomatekisi

INkantolo eNkulu eMadadeni ikhiphe isigwebo sikadilikajele kubasolwa ababili abalahlwe yicala lokubulala usomatekisi.

Kuboshwe abantu ababili bakuleli eTanzania 'ngawobutabane'

Abantu baseNingizimu Afrika ababili bayingxenye yamadoda angu-12 aboshwe eTanzania ngoba esolwa ngobutabane njengoba kunomkhankaso okhona wokuqeda nya ngabaphila le mpilo, kusho amaphoyisa.

 
 
UMVILIYELO:

Abantu abayingxenye yomviliyelo wokuvulwa kweWorld Festival of youth and students enkabeni yeMoscow. Babalelwa ku-45 000 abantu abebekhona. (TASS Host Photo Agency / AFP)

Isimo sezulu
Ksd: 10-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 16-31°C Showers late. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-28°C Morning clouds. Warm. Bloem: 6-25°C High level clouds. Mild.
Dbn: 16-21°C Drizzle. Morning clouds. Cool. PE: 12-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu samalanga angu-7...

Ningizimu Afrika

Udlame olwenzeka e-KZN luyinsila yohulumeni wobandlululo

I-African National Congress (ANC) KwaZulu-Natal itshele ikhomishana kaMoerane ukuthi udlame olukhona eNingizimu Afrika luyinto eyenziwa ngamabomu nguhulumeni wobandlululo.

Ezinye izindaba

Afrika

Owesimame watshala ubhatata lapho agqiba khona isidumbu sendodakazi

Amaphoyisa asifundazweni esisenkabeni yezwe iZambia abophe owesimame, 36, ngecala lokubulala indodakazi yakhe angayizali.

Ezinye izindaba

Umhlaba

Owesilisa ufike kwakhe wathola owesifazane enqunu embhedeni

Amaphoyisa aseCalifornia athi owesilisa ufike emzini wakhe wathola owesifazane angamazi elele enqunu embhedeni wakhe.

Ezinye izindaba

Ezemidlalo

Uxolisile oweDowns ngekhadi elibomvu

Umdlali wasesiswini weMamelodi Sundowns uTiyani Mabunda usedlulise ukuxolisa kwakhe ngokukhishwa ngekhadi elibomvu bedlala neKaizer Chiefs izolo ebusuku.

Ezinye izindaba

Ezamabhizinisi

Basale dengwane abagibeli kuteleke abamabhasi eTshwane

Isiteleka sabasebenzi basedepho yamabhasi eC de Wet Bus Depot eTshwane siphazamise ukusebenza kwamabhasi angu-100 kuleli dolobha namhlanje.

Ezinye izindaba

Ezokuzijabulisa

Ucasuke kabi usaziwayo ngobhala ukukhohlakala ngegama lakhe kuFacebook

Umlingisi odlala indawo kaQondi kuSibaya ubhale ku-Twitter ezwakalisa ukudinwa kwakhe ngekhasi lakuFacebook elivulwe ngegama lakhe.

Ezinye izindaba
 
 

Jobs - Find your dream job

HR Administrator

Gauteng
DBS Group (Pty) Ltd

Article Clerk

Gauteng
Oxyon Human Capital Solutions (Pty) Ltd
R6 000 - R10 000 Per Month

Director: Human Best Practice

Pretoria
City Press

Browse more jobs...
Register your CV...
Advertise a position
Job alert e-mails...
 
subscribe Cofoza lana ukuthola ngalena namanye ama newsletter weNews24, noma wazise umngani
unsubscribe Ukuze ungasatholi lenewsletter, cofoza lana