IZanu-PF ilufuna la ukhetho

2012-03-06 16:44
Yabelani Shicilela

 

Harare - Iqembu eliholwa nguMengameli wezwe laseZimbabwe uRobert Mugabe lithi ukhetho lungabanjwa kulo nyaka yize noma ingenziwanga imizamo yokuhlanganisa leli qembu nalelo eliphikisayo.

Umkhulumeli kaMugabe uRugare Gumbos, ukhulume ngoLwesibili wathi uMthethosisekelo ungabe usulungile esikhathini esingesingakani.

Uthi-ke noma kungathiwa awulungile uMugabe usangamemezela ukuthi kubanjwe ukhetho.

UNgqongqoshe wezangaPhandle kuleli laseNingizimu Afrika, utshele iPhalamende wathi kumele kuphothulwe ngoMthethosisekelo kanjalo nemigomo eyabekelwa izwe laseZimbabwe eminyakeni emithathu edlule, ngesikhathi kuphasiswa isivumelwano sokubusa ngokubambisana.

UMengameli wakuleli uJacob Zumanguyena ohola izingxoxo zokubuyisana kuhulumeni saweZimbabwe.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
 

- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Sunny. Mild. Pta: 12-24°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 11-19°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 17-24°C Haze. Mild. PE: 12-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...