wena wawungenzenjani

WENA Wawungenzenjani: Isigebengu sendoda, kumnandi ukuhefuzela phezukwami?

2017-04-21 18:12

Hhaybo ngivelelwe mina, yazi ngizalelwe yinja endlini, indoda ifika njalo uma ifuna ucansi kuphela.

WENA WAWUNGENZENJANI: Ngigilwe unkosikazi wami

2017-04-19 18:00

Ngisanda kuthola ukuthi unkosikazi wami uneshende kanti le nto ingiphethe kabi kangangokuba abusafiki nhlobo ubuthongo ebusuku ngicabanga ngayo, kodwa isisombululo angisitholi.

WENA WAWUNGENZENJANI: Ngithengela intombi izinto, izidle nenye indoda

2017-04-13 18:00

Nginentombi esengithandane nayo izinyanga ezintathu,yangitshela ukuthi yimi kuphela enhliziyweni yayo, kepha ngathola ukuthi kunomfana engibhangqe naye.

WENA WAWUNGENZENJANI: Ngifuna ukuyolobola, kodwa...

2017-04-07 18:00

Kwenzeka-ke ngo-2016 ukuthi sithole umntwana, inkinga ukuthi abazi kubo ukuthi intombi isinomntwana, manje ngifuna ukuyolobola kepha ngazi ngiqale ngakuphi.

WENA WAWUNGENZENJANI - Nginenkinga yengoduso esindisiwe

2017-04-06 11:02

Ngicela ungifihle. Nginenkinga, ngilobole ingonduso eseyintsha, ngiyayithanda isindisiwe.

 

 

WENA WAWUNGENZENJANI: Sekubuye intombi yakudala ngoba isizwe ukuthi ngishadelwe

2017-04-10 17:59

Ngingumuntu oshadelwe futhi ngihlala naye "owakwami" endlini sijabulile, inkinga ukuthi sekuvele kwabuya intombi yami yakudala yathi ifuna sibuyelane.

WENA WAWUNGENZENJANI: Yaze yangicika nansi intombi bo!

2017-04-06 18:09

Ngithandana nomuntu onengane okungesiyona eyami, uma ngiyomvakashela kubo uyithatha eze nayo kimina (ingane) ekubeni bekhona abangakwazi ukulala nayo.

Angimtholi kahle umyeni wami ne-ex yakhe

2017-04-05 18:02

Ngicela ungalivezi igama lami. Nginenkinga la, ngingowesifazane oneminyaka engu-35 kanti sekuphele emihlanu ngishade nomyeni wami engimthanda kakhulu.

 
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-27°C Sunny. Pleasantly warm. Pta: 11-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...