Zingu-17 izingane ezishe kuqubuka umlilo esikoleni

2016-05-23 08:02

Bangkok – Alinganiselwa kwangu-17 amantombazane abulawe umlilo ngesikhathi kusha izindlu zawo esikoleni saseThailand, kusho izikhulu ngoMsombuluko, neziqhube zathi ezinye izingane azikatholakali.

Umlilo uqubuke ebusuku, nokusho ukuthi iningi lezingane belilele zangakwazi ukubaleka.

Funda nalolu daba: Usesimeni esibucayi odutsulwe ngasemzini kaMengameli

"Umlilo uqubuke ngezithuba zabo-23:00 ngeSonto. Kushone izingane zamantombazane ezingu-17 kanti ezimbili bezingakatholakali, futhi zinhlanu ezithole ukulimala,” kusho uColonel Prayad Singsin okhulumela amaphoyisa aseChiang Rai etshela i-AFP.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 21-28°C Showers early. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 18-26°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 22-27°C a mixture of sun and clouds. Warm. PE: 18-24°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...