Zife zonke izindlovu ezishayiswe isitimela eNdiya

2017-12-11 18:04

New Delhi - Isitimela sishayise izindlovu ezinhlanu ngesikhathi ziwela ujantshi ngasemasimin etiye enyakathi-nempumalanga yaseNdiya, kusho iziphathimandla. ngoMsombuluko.

Lezi zindlovu kubalwa nebikhulelwe beziyingxenye yezinye ebezizulazula ngasemasimini ngeSonto ekuseni e-Assam State.

OLUNYE UDABA:Zibulelwe izindlovu ezigxobe iphoyisa lashona

"Zonke izindlovu zishone ujuqu.

"Ithole elibelethwe lishonile lisusiwe esiswini sikanina," kusho uVikas Brahma oyinhloko yomnyango wamahlathi e-Assam.


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...