Video: 'UJesu' eqathaka esiphambanweni ngePhasika

2016-03-30 10:02

Mexico City - Buka i-video yomlingisi obedlala indawo kaJesu eqathaka esiphambanweni ngemuva ‘kokuphanyekwa.’

IPrensa Libre, efake i-video ku-YouTube, ibike ukuthi isehlakalo senzeke eGuatemala ngo-Good Friday.

Funda nalolu daba: Ugwetshiwe owabulala isoka elingafuni bashade

Eminye imithombo yezindaba ibike ukuthi lo mlisa akalimalanga, kodwa lokho bekungakaqinisekiswa.

Le-video ibukwe kakhulu ekhasini likaFacebook elibizwa nge-“Operaciones especiales México.”

Buka i-video ngezansi.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-28°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 13-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...