VIDEO: Amaphoyisa ahlenge indoda exoshwe endlini inqunu

2016-11-28 10:01

Moscow - Indoda enebhadi ithwetshulwe igijima nqunu emgwaqeni olele isithwathwa ngemuva kokuxoshwa yisithandwa sayo endlini.

Kuyenzeka izithandani zingaboni ngasolinye, esinye sikhethe ukuhamba kuthi kwesinye isikhathi kube khona esixoshwayo.

Owesilisa ubeneshwa waxoshwa endlini edolobheni eliseRussia lapho amakhaza abeshubisa khona umnkantsha.

Le nsizwa, ebonakale igijima ngesudi yesele emakhazeni, ihlengwe ngamaphoyisa.

Kuthiwa le ndoda ixoshwe ngesikhathi lezi zithandani zizitika ngocansi.

Buka nansi i-video: 

 - Newswatch

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 5-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-21°C Scattered tstorms late. Morning clouds. Cool. PE: 11-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...