Uzibulele obesolwa ngokudlwengula izingane

2016-04-05 17:06

Johannesburg - Owayenguthishanhloko wesikole samabanga aphansi obelinde ukuquliswa amacala okudlwengula izingane zesikole, uzilengisile ejele laseFrance, ngokusho kwemithombo esondelene necala ngoLwesibili.

URomain Farina, 46, owayeyinhloko yesikole esiseVillefontaine ngaseLyon, wayengumphathi wesikole esikhathini esingangonyaka esedlule, kanti usolwa ngamacala alinganiselwa kwangu-60 okudlwengula izingane zesikole ezikoleni ake asebenza kuzona.

Funda nalolu daba: Kushayisane amabhanoyi esikhumulweni sezindiza

I-video eyatholakale mzini wakhe yaziqinisekisa izinsolo ezithi wayevala izingane amehlo, ebela ‘induku’ yakhe emlonyeni yazo, ethi aziqagele ukuthi yini  eyibeke emlonyeni wazo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Haze. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...