'Ushumpule induku yomngani wakhe ngoba inkulu kuneyakhe'

2016-06-04 14:01

Moscow – Zimkhalele umlisa osolwa ngokushumpula ‘induku’yomngani wakhe ngembazo kulandela impikiswano ebebenayo ngosayizi.

Ngokombiko we-UK Mirror, indoda eneminyaka engu-52 ubudala edabuka eRussia ithathe imbazo yashumpula ngayo ‘induku’ yomngani wakhe oneminyaka engu-47 ubudala ngemuva kokuba emshaye ekhanda ngayo.

Funda nalolu daba:  Umama walekelela umshana ukuba adlwengule indodakazi

Labalisa ababili kuthiwa besekuphele izinsuku ezimbili bedla utshwala ngaphambi kwesehlakalo.

Umlisa okhiphe imbazo kuthiwa ucasulwe ukuthi ‘induku’ yakhe incane kunoyomngani wakhe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Sunny. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Cool. Bloem: -2-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...