UngowaseTunisia ngokokuzalwa obulale abantu eFrance

2016-07-15 10:00

Nice - Ushayasibhamu obulale abantu abangu-80 ngesikhathi eshayisa ngenhloso ainqwaba yabantu eNice bekuyindoda eneminyaka engu-31 ubudala owazalelwa eTunisia, kusho umhtombo wamaphoyisa osondelene nophenyo.

Le ndoda ibingekho ohlwini lwabaqashwe ngelokhozi kodwa ibiyaziwa emaphoyiseni ngokubandakanyeka emacaleni obugebengu obufana nobokweba nodlame, kusho umthombo.

OLUNYE UDABA: Kushone 80 iloli ishayisa abantu eFrance

IBastille day ibisanda ukuphela ngesikhathi iloli enkulu emhlophe ishayisa ngenhloso iqulu labantu eNice ngoLwesine.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C More clouds than sun. Mild. Pta: 9-22°C Broken clouds. Mild.
Jhb: 7-19°C Morning clouds. Mild. Bloem: 6-22°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-25°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...