Umlisa ushaye unina ngemuva kokuba inja idle insangu

2016-01-18 08:25

Florida - Umlisa waseFlorida ubambe umama wakhe wamuwisela phansi ngemuva kokuba inja yakhe umama idle insangu yakhe umsolwa, ngokusho  kwamaphoyisa abophe umsolwa.

UMackenzie Freeman, 25, “Ucasulwe ukuthi inja kanina idle insangu yakhe.”

Lo mlisa uxabane nomama wakhe oneminyaka engu-57 ubudala ngaphambi kokuba ambambe amuwise phansi, wabe esemshaya ekhanda.

Funda nalolu daba: Umlisa ushaye 'wabulala' umqashi ngezinduku

UFreema, ngokusho kwamaphoyisa, uphinde washaya nodonga ngequpha ngendlela abedinwe ngayo.

Amaphepha afakwe nkantolo awazange aveze ukuthi inja idle insangu engakanani, kubika iTheSmokinggun.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-14°C More sun than clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-18°C Showers late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...