Ubelethiswe ngomthungo obeskuphele ezine "eyiklabishi"

2016-06-08 18:28

Lisbon - Umama obesekuphele izinyanga ezine ehlonzwe njengomuntu "oseyiklabishi" ubelethe ingane esesimeni esikahle ngokwempilo esibhedlela iLisbon ePortugal.

Umnyango wezeMpilo waseLisbon uthi ingane yomfana inesisindo esingama-2.4kg ibelethwe ngoMsombuluko ngomthungo ngemuva kwamasonto angu-32.

OLUNYE UDABA:  Owesifazane ubelethele ebhanoyini-Umbiko

Inhlangano yabezindaba ibike ukuthi owesifazane obneminyaka engu-37 ubudala wahlonzwa njengomuntu "oseyiklabishi" ngoFebhuwari kodwa odokotela baphetha ngokuthi umbungu usesimeni esikahle ngokwempilo.

Ikomidi lesibhedlela lithe ubaba wengane nomndeni walo wesifazane bavuma bonke ukuthi ingane ibelethiswe ngokomthungo, EWN.


“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C High level clouds. Mild. Pta: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 8-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-21°C Partly cloudy. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...