Siboshiwe isigebengu ebesichoma ngemali eyebiwe ku-Facebook

2016-06-28 14:32

America- URaderius Glenn Collins,18, ubezitshela ukuthi uchomela abangani bakhe ngokuthi babambe ubucwebe nemali okwenza u-$500,000 kuhlangene.

UCollins akabuzanga elangeni ngoba le vidiyo yakhe iyona eholele ekutheni aboshwe no mngani wakhe uMarcus Terrell Parker,27, obuya ezitokisini ngelinye icala lokugqekeza ngomhlaka 9 kwephezulu.

Kuthiwa bagqekeza umuzi batshontsha i-safe futhi bavumile ukuthi babudayisa ubucwebe ababutshontsha, kubika iNewswatch.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 13-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 10-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-27°C Sunny. Warm. PE: 14-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...