Owesifazane uthi wadayiselwa ama-burger anesidoda kwaKFC

2016-05-04 11:34

Florida - Ngesonto eledlule owesifazane wabikela amaphoyisa aseFlorida ekholwa ukuthi amaburger awathenga esitolo eokudlela iKentucky Fried Chicken (KFC) afakwe isidoda," ngokusho kombiko wamaphoyisa.

Leli khasimende elingadaluliwe igama laya esiteshini samaphoyisa wafike wathi wathenga amaburger esitolo sokudlela esiseBradenton.

OLUNYE UDABA: KFC: Imiphumela iveze ukuthi akusilo igundane

Akukaboshwa muntu ngokubandakanyeka kulezi zinsolo zokudla okunesidoda njengoba kusaphenywa," kusho okhulumela amaphoyisa, kubika i-TSG

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-27°C Sunny. Pleasantly warm. Pta: 11-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...