Kutholwe umbungu ethoyilethi ebhanoyini

2016-10-12 19:29

Jakarta - Kutholwe umbungu endlini encane yasebhanoyini ngemuva kokufika e-Indonesia lisuka eDoha, amaphoyisa afuna ukuphosa owesifazane ngemibuzo, kusho iziphathimandla ngoLwesibili.

Lo mbungu utholwe ngeSonto ngabantu abaklinayo ngesikhathi bephakathi ebhanoyini iQatar Airways ngemuva kokufika esikhumulweni sezindiza esikhulu.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe intombazane efihle umbungu

Abasebenzi bathole lolu sana lugoqwe nge-toilet paper ethoyilethi.

Kuhlolwe owesifazane ngaphambi kokudluliselwa esibhedlela samaphoyisa eJakarta.

Akukacaci noma lo wesifazane uzothweswa icala yini, kusho iziphathimandla.

- AFP

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 9-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-23°C Sunny. Mild. Bloem: 6-25°C High level clouds. Mild.
Dbn: 14-24°C Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...