Kutholwe imibungu ifakwe emabhodleleni emzini obulungiswa

2018-03-12 16:00

Tokyo - Abantu abeqhuba umsebenzi wokubulala umuhlwa nezinye izinambuzane emzini obulungiswa eJapan bathole imibungu egcinwe emabhodleleni, eminye ibisalenga izinkaba.

Amabodlela amathathu noma amane atholwe ngaphansi kwendlu ebesekuphele iminyaka emithathu ingahlali muntu, lapho okwake kwahlala khona udokotela, okuyindlu ebilungiswa, kuqhuba abezindaba.

OLUNYE UDABA:Kutholakale umbungu ePMB

Imubungu ibigcinwe emanzini ane-formalin, kubika iKyodo.

Kubikwe ukuthi amaphoyisa ayaphenya.

Amaphoyisa anqabile ukuqinisekisa umbiko.

- Reuters

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Showers late. Partly cloudy. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-21°C Sunny. Mild. Bloem: 4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-25°C Morning clouds. Mild. PE: 13-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...