Kutholwe ikhanda lowesifazane lintanta emanzini

2016-01-06 09:37

Vienna – Abaseshi base-Austria bathole ikhanda lowesifazane ngemuva kosuku bethole isidumbu sifakwe emaposimendeni amabili.

Izikhulu ngoLwesibili zithe zithole ikhanda esikhwameni ebesibambeke esandleni somlisa ominze edamini.

Funda nalolu daba: Uxolisile uNgqongqoshe owathuka intatheli

Kusokala ukuthi umlisa ubulale owesifazane wamnquma ngaphambi kokuba aziphose edamini.

Isidumbu sowesilisa kanye nesikhwama kutholwe ngamaphoyisa asemanzini eTraunsee ngoMsombuluko, ngemuva kosuku kutholakale amaposimende entanta edamini elisedolobheni laseGmunden, endaweni engamakhilomitha angu-80 ukusuka eSalzburg.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Showers late. Partly cloudy. Cool. Pta: 17-28°C Rain showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-23°C Showers early. High level clouds. Mild. Bloem: 13-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-24°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...