Kushone isiboshwa kwalimala ezinye kuqhuma ibhomu ejele

2016-09-15 19:28

Caracas – Kuqhume ibhomu lesandla ejele laseVenezuela kwashona isiboshwa esisodwa kwalimala ezingu-22, kusho uMnyango wezangaphakathi ngoLwesithathu.

Ukuqhuma kwenzeke ejele laseSan Juan de los Morros, esifundeni saseGuarico ngesikhathi sezivakashi.

Funda nalolu daba: Ubalekele ejele obejahwa yizigebengu

Kulimale namalungu ayisithupha emindeni weziboshwa kusho umnyango.

Izwe laseVenezuela, elikhungethwe yizinkinga zomnotho nezombusazwe, selibe nezahlakalo eziningi ezifuze lesi ezinyangeni zakamuva.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 20-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Drizzle. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...