Kushone inqwaba kushayisana izitimela

2016-02-09 13:30

Berlin – Kushayisane izitimela ezimbili eningizimu yezwe laseGermany ngoLwesibili ekuseni, kwashona inqwaba yabantu, kwalimala abanye abalinganiselwa kwabangu-100, kusho amaphoyisa.

"Sikhuluma ngabantu abalinganiselwa kwabangu-100 abathole ukulimala okungatheni, kanye nabalimale kabi, besekuba ngabashonile,” kusho okhulumela amaphoyisa uMartin Winkler edolobheni laseRosenheim.

Funda nalolu daba: Kudutshulwe kwabulawa obanjwe ephinga

Imbangela yengozi, eyenzeke ngaseBad Aibling, okuyindawo engamakhilomitha angu-60 ukusuka eMunich, ibingakaziwa kahle okwamanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-26°C Sunny. Mild. Pta: 18-24°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Jhb: 15-21°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 17-28°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 22-28°C Rain early. Decreasing cloudiness. Warm. PE: 19-26°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...