Kushone abantu abayishumi kusha ihhotela

2017-02-26 13:32

Shanghai – Amaphoyisa asebenze imini yonke ebhula umlilo oqubuke ehhotela ngoMgqibelo ekuseni endaweni yaseNanchang.

Kulimale kabi umuntu oyedwa ogxume kusukela ku-2nd floor ephuma ngewindi ngesikhathi abanye abasebenzi okubalwa kubo nabasebenzi abakhayo bevaleleke phakathi.

Yize abezimo eziphuthumayo bekwaile ukusindisa abanye abantu, abayishumi bashele phakathi.

OLUNYE UDABA:

Abezimo eziphuthumayo bathi imililo efana nalena lapha kwelaseChina ijwayelekile.

Amaphoyisa athe azoqhubeka nophenyo ukuze aqondisisie ukuthi lo mlilo uqale kanjani.

- Reuters

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Sunny. Cool. Pta: 17-28°C Mostly sunny. Warm.
Jhb: 11-23°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 10-24°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 18-19°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 14-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...