Kushone 14 engozini yebhasi netekisi

2018-01-26 11:02

Algiers - Kushone abantu abangu-14 kwalimala abangu-22 engozini yebhasi netekisi e-Algeria ngoLwesine, kusho iziphathimandla.

Ngokusho kwabezimo eziphuthumayo isigameko senzeke eSfid emgwaqeni omkhulu okuyiwo ohlanganisa izindawo ezisenyakatho yentshonalanga yaseSaida nase-EI Bayadh.

OLUNYE UDABA:Ingozi yebhasi ibulale 29 eMpumalanga

Kuphuthunyiswe abantu abangu-22 esibhedlela.

Izingozi zidlula nabantu abangu-4 000 njalo ngonyaka emgwaqeni yase-Algeria, kanti lokhu kudalwa wukuthi abashayeli abayihloniphi imithetho yemigwaqo.


- AFP

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 19-25°C Heavy rain. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 16-24°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 16-30°C Sunny. Warm.
Dbn: 22-27°C Widely scattered tstorms. More clouds than sun. Warm. PE: 20-22°C Drizzle. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...