Kukhishwe abantu esiqiwini i-vibrator iphambaniswa nebhomu

2016-04-08 12:30

Berlin – Izisebenzi zasesiqiniwi zibikele amaphoyisa ngebhomu ngemuva kokuba zizwe into evabhrethayo ethoyilethi, kubika iMirrrorUK.

Ithoyizi elisanduku yomuntu wesilisa ebelinyakaza litholakale emgqonyeni ethoyilethi ngesikhathi isisebenzi sizwa umsindo ongajwayelekile, sabesesifonela amaphoyisa.

Funda nalolu daba: Uzibulele obesolwa ngokudlwengula izingane

Amaphoyisa akhiphe abantu kule ndawo ngokushesha, kwabizwa uphiko lwamaphoyisa olicima amabhomu.

Ongoti bezamabhomu bathole ukuthi akulona ibhomu kodwa yithoyizi locansi elisanduku yomuntu wesilisa.

 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 




- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-25°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 10-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-19°C Rain showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 15-22°C Scattered showers. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...