Kujikiswe ibhanoyi ngenxa yobengafuni ukuhlala esihlalweni

2016-03-31 10:01

Honolulu – Ibhanoyili lijikiswe labuyiselwa eHawaii ngenxa yokuthi umgibeli odabuka eSouth Korea walile ukuhlala esihlalweni, wahlala phansi ngoba efuna ukwenza i-yoga, kusho i-FBI.

Umshayeli webhanoyi le-United Airlines  ebelisuka eHonolulu International Airport liya eNarita International Airport ulijikisile ngemuva kokuzwa uHyongtae Pae exabana nezisebenzi zasebhanoyini, edudulana nomkakhe.

UPae utshele i-FBI ukuthi ubengafuni ukuhlala esihlalweni ngesikhathi kudliwa, wahamba wayohlala emuva ukuze anze iyoga azindle kahle.

Funda nalolu daba: Kudutshulwe obezama ukugqekeza

Ubesecasuka ngesikhathi umkakhe nezisebenzi zasebhanoyini bemtshela ukuthi akabuyele esihlalweni sakhe.

Ngokwesimangalo, kuthiwa uphinde wasabisa ngokubulala abagibeli futhi ubelokhu ememeza ethi akekho uNkulunkulu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-26°C Sunny. Mild. Pta: 18-24°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Jhb: 15-21°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 17-28°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 22-28°C Rain early. Decreasing cloudiness. Warm. PE: 19-26°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...