Kubulawe umfundisi kuthunjwe abantu eFrance

2016-07-26 13:31

Paris – Kubulawe umfundisi ngoLwesibili ngesikhathi amadoda abehlome ngemibese evalela abantu esontweni ngasenyakatho yodolobha iRouen eFrance, kusho umthombo wamaphoyisa.

Amaphoyisa athi abulale ababili abebethumbe abantu.

Funda nalolu daba

Kubulawe nomfundisi kulesi sigameko kanti kumanje kwembulwa kwembezwa kwesinye isigebengu, kusho umnyango wezangaphakathi.

Okwamanje bekungakaziwa ukuthi bekuyini inhloso yezigebengu ngokuthumba izisulu, kodwa lolu daba ludluliselwa kwabaphenya ngezigameko zobushokobezi ukuba benze uphenyo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- eNCA

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Sunny. Cool. Pta: 17-28°C Mostly sunny. Warm.
Jhb: 11-23°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 10-24°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 18-19°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 14-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...