Kubonwa ngokusa kumama wengane ezalwe kugwazwa unina

2016-03-06 13:41

London – Owesifazane obekhulelwe sekusondele nezinsuku zokubeletha, ogwazwe esiswini, ubelethe ingane yomfana ephilayo, kodwa yena usasesimeni esibucayi.

Abantu abahlanu balekelele owesifazane oneminyaka engu-40 ubudala ngesikhathi egwazwa esisiwni emini kabha eSutton Coldfield eWest Midlands.

Funda nalolu daba: Kubulawe 16 ekhaya labadala

Amaphoyisa ancome abalisa abalekelele lona wesifazane, nakuba ababili babo bethole ukulimala kulesi sehlakalo.

Kuboshwe umlisa oneminyaka engu-41 ubudala endaweni yesehlakalo ngezinsolo zokuzama ukubulala, kubika iThe Independent.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...