Izingane ezintathu zibulawe yingwe

2018-01-12 14:02

New Delhi – Zintathu iizingane okubikwa ukuthi sezibulawe yinggwe ezigamekweni ezahlukene ezenzeke endaweni yasemakhaya eNdiya, ngoksuho kwabezindaba kanye nongoti bezemvelo.

Izingane ezimbili zibulawe yingwe maphakathi nezwe laseNdiya, kanti enye yomfana,14 yona ihlaselwe enyakatho yezwe ngasesiqiwini. Zonke izigameko zenzeke ngeSonto, ngokusho kombiko.

OLUNYE UDABA: Ikhehla lidlwengule isalukazi, 77

Njengoba kunezinkulungwane zezingwe kanye nabantu abangaphezu kuka-1.3 billion, izigameko ezifuze lezi zivamile ukwenzeka eNdiya.

Abezemvelo nokho kuthiwa bayazama ukubamba izingwe ezibulala abantu, bazibulale.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-21°C Drizzle. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-30°C More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-25°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 21-30°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 20-26°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...