Izidudla zinengqondo encane kunezilenda - Ucwaningo

2016-07-14 12:31

London – Abantu abakhulu ngomzimba abahlakaniphile kunalabo abancane ngomzimba, ngokusho kocwaningo.

Ucwaningo luthi abantu abakhuluphele ngokweqile banengqondo encane kunalabo abancane ngomzimba.

Funda nalolu daba: Uthweswe icala obelala namadoda ehhokweni efuna eyokugibela

Abacwaningi bathole ukuthi abantu abakhuluphele yingakho nje bethatha izinqumo ezingafanele ngokudla abakudlayo – abanawo umqondo wokuzibamba.

Lolu cwaningo lungase lususe umsindo njengoba kunemibono yokuthi kunezizathu ezahlukene eziholela ekutheni abantu kubenzima ukuba banciphise isisindo zomzimba.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Daily Mail

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Sunny. Cool. Pta: 6-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-19°C Sunny. Mild. Bloem: -5-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C Sunny. Cool. PE: 10-18°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...