ISITHOMBE: Kubhajwe ubuntu besilisa esondweni lokujima ejimini

2017-09-18 19:30

Worms - Izicishamlilo zaseWorms, eGermany, zibizelwe esibhedlea sendawo ziyosiza ngokukhulula indoda ebisesimeni esixakile ezifake kuso.

Ubuntu bale ndoda bubhajwe embotsheni yesondo lokujima elingu-2.5kg, kwadingeka ukuba kubizwe izicishamlilo ngoLwesihlanu zizosiza.

"Kuthathe amahora amathathu ukusika leli sondo eliyinsimbi kusetshenziswa amathuluzi okubalwa kuwo isaha," kusho abezicishamlilo ekhasini labo lakuFacebook.

Kuvele isithombe enkundleni yezokuxhumana iFacebook, kanti sesibukwe inqwaba yabantu, kwaphawula abangaphezu kwabangu-35 000, iningi lizibuza ukuthi kwenzeke kanjani.


 - Isithombe:

 - The Citizen

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-28°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-26°C Heavy rain. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...