Ingwe ibulale owesifazane yalimaza kabi omunye

2016-07-25 11:33

Beijing — Ingwe esiqiwini saseBeijing idwengule owesifazane washona yaphinde yalimaza kabi omunye ngesikhathi bephuma emotweni yabo, kubika iphephandaba laseChina.

Ingwe ibambe owesifazane ngemuva kokuphuma emotweni abebehamba ngayo ngesikhathi bevakashele eBeijing Badaling Wildlife World ngoMgqibelo, kubika iLegal Evening News.

Funda nalolu daba: Zimkhalele owesifazane otholakale nezidakamizwa

Owesifazane wesibili yena limbambe lambulala ngesikhathi ezama ukusiza abehamba naye, ngokusho kombiko.

Abesiqiwi bathe kule ndawo kuvumelekile ukuba abantu bahambe ngezimoto zabo kodwa hhayi ukuthi baphume kuzona.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...