Ikhehla 'lidlwengule' isalukazi, 77, lisikhombe ngesibhamu

2018-01-11 19:30

Emden, Germany - Indoda eneminyaka engu-84 ubudala isolwa ngokuphoqa isalukazi, 77, ukuba senze ucansi nayo isikhombe ngesibhamu edolobheni elise-Emden enyakatho nezwe.

Kutholakale inqwaba yezikhali nezinhlamvu ngesikhathi kuseshwa ifulethi lale ndoda endaweni eseKrummhoern ngoLwesithathu, kusho amaphoyisa.

OLUNYE UDABA:Indodakazi yabulala uyise ngoba eyiphethe ngesandla sensimbi, elawulana

Amaphoyisa ashaqe izincwadi zesibhamu zale ndoda.

Le ndoda kukholakala ukuthi iyabandakanyeka kobunye ubugebengu kusukela ngoNovemba 2016, kusho amaphoyisa.

- DPA

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-21°C Drizzle. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-30°C More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-25°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 21-30°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 20-26°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...