BUKA: Umshayeli eshayisa imoto yamaphoyisa, wageja nephoyisa

2017-04-21 18:00

Texas – Ugile izimanga umshayeli wemoto ovele washayisa imoto yamaphoyisa abenza umsebenzi ojwayelekile emgwaqeni onguthelawayeka eTexas, eMelika.

I-video yalesi sigameko ifakwe ku-internet yi-ABC News ku-Instagram.

OLUNYE UDABA: BUKA: Owesilisa ezidubula ngephutha kuxatshanwa emgwaqeni

Enye into edidayo ngale ngozi ukuthi le moto yamaphoyisa ibizimele futhi namalambu ekhanya, kanti kubukeka kuwumgwaqo omkhulu ongenaso isiminyaminya.

Lokhu kushiya imibuzo ngesimo somshayeli njengoba ebenendawo eyanele ukuthi adlule le moto yephoyisa.

Zibonele i-video yale ngozi lapha: 

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few tstorms. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...