Buka: Umndeni weba i-TV esibhedlela

2017-07-12 19:28

Mexico City - Isimangaze inqwaba yabantu ivideo esabalale enkundleni yokuxhumana, iFacebook, etshengisa izithandani zeba umabonakude onamathiselwe odongeni esibhedlela endaweni okulindwa kuyo.

Lezi zithandani ezihamba nengane yazo kusobala ukuthi ziphume endlini zazi kahle ukuthi ziyokweba iLCD TV

Ngemuva kokuyithatha kahle le TV, ivideo itshengisa owesilisa eyigoqa ngengubo yokulala eyibeka kahle kwi-pram yenga. Ngemuva kwalokho babe sebedusha le pram benza sengathi akonakele lutho. 

IVIDEO:

 - Newswatch

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More clouds than sun. Mild. Pta: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-34°C Sunny. Hot. PE: 17-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...