BUKA: Owesilisa udonse 8 wezimoto ngamankwahla

2017-04-05 12:31

Shandong – Owesilisa ojima u-kung fu eChina useqophe umlando ngokudonsa ngamankwahla izimoto eziyisikhombisa zohlobo lwe-Audi A6.

Lona wesilisa udonse lezi zimoto ibanga elingamamitha angu-8.

OLUNYE UDABA: Kushone 22 wabantu kuhlasela amadelakufa

Ngokusho kombiko weDaily Mail, uYe Wei, 39, wephule irekhodi laphambilini lezimoto ezinhlanu elabekwa ngonyaka odlule.

Ngokusho kwakhe, kumthathe iminyaka eminingi ejimela ukuqopha lo mlando.

Buka i-video ngezansi:

- IOL

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Passing showers. Partly cloudy. Mild. Pta: 4-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...