Buka: Kuputshuke 'induku' kobe gijima kwiMarathon

2017-10-07 15:25

Slovakia - Ivele yahlazeka indoda ebiphambili kugijinwa ngesikhathi 'induku' yayo iputshukela ngaphandle esikhindini abosigqokile isiyoqeda.

Ngokushi kweThe Sun, uJozef Urban, 31, ubezimisele emjahweni iKosice Peace Marathon, eSlovakia ngempelasonto.

Ngesikhathi u-Urban eseyoqeda, 'induku' yakhe ivele yaputshukela ngaphandle esikhindini skahe, yazidansela ngaphandle phambi kwenqwaba yabantu abebembukele eseyoqeda.

U-Urban kubukeka sengathi ubenganakile noma uvele wangaba nendaba ngesikhathi ubuntu bakhe sebushaywa wumoya ngaphandle. Ubengunombolo 10 ngo-2:21:51 isikhathi.

 - IVIDEO:

 - Daily Sun

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Sunny. Cool. Pta: 20-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 18-25°C High level clouds. Warm. Bloem: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...