Buka: Amaphoyisa ecabanga ukuthi 'induku' yowesilisa yisikhali

2017-06-29 19:30

Wasington, D.C. - Sekusabalale ivideo enkundleni yezokuxhumana etshengisa amaphoyisa esesha indoda eqimbile, kanti le video isishiye abaningi benemibuzo.

Kule video yango-2014, amaphoyisa amathathu aseMelika abonakala esesha indoda, eboshwe izandla ngozankosi, elinye iphoyisa libonakala lithinta le ndoda esithweni sangasese libuza ukuthi kukhonani lapha.

Iningi labantu ezinkundleni zokuxhumana lisale nemibuzo ngesenzo sephoyisa.

IVIDEO:

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C a few showers. Partly cloudy. Cool. Pta: 20-30°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-23°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 13-26°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Rain showers. Cloudy. Mild. PE: 14-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...