Buka: Abazali bathi babona uJesu ehlezi nengane yazo esibelethweni

2017-09-03 13:24

London - Izithandani zaseMelika zizizwe zibusisekile ngemuva kokubona uJesu ebheke umntwana wazo esibelethweni sikanina

Abazali, u-Alicia Zeek noZac Smith bavele bamangala ngesikhathi bebona ubuso bukaJesu Krestu eceleni kwengane yabo ngesikhathi bevakashele kwadokotela beyokwenza i-Ultrasound.

Ngokusho kwabezindaba i-BBC, lezi zithandani zithe uJesu ubegqoke imijiva yakhe kanjalo nomqhele wameva ekhanda. Ubehlezi ebheke ingane esithombeni (sonogram).

Ingane yalezi zithandani izalwe ngomhlaka-23 Agasti. Umama nengane bakahle ngokwempilo.

 - IVIDEO:

- BBC

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 11-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-17°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool. PE: 13-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...