Bayaxoshwa othisha ababi nabanezinduna ezikoleni

2017-09-03 18:34

Iran - Bathwele kanzima othisha abathathwa njengababi kanye nalabo abanezinduna ngoba bayaxoshwa ezikoleni.

Umnyango wezemfundo e-Iran usuthathe isinqumo sokuvala ukufundisa kothisha ababi.

Ngaphandle kothisha ababi abanye abathole amachaphazelo wothisha besifazane abanezinduna noboya ebusweni.

Umbiko okhishwe abezindaba bakuleli lizwe,uveze okuningi okungadingeki kothisha othi okuyotholakala enakho uzophelelwa umsebenzi.

OLUNYE UDABA:Sekuphinde kwamiswa abanye othisha eKZN ngokulala nabafundi

Ngenxa yohlu olukhishiwe kubukeka bebaningi abazophelelwa umsebenzi wokufundisa.

Ukuphuma kwalombiko kubambisane nesixwayiso sokuthi bangase bazithole bexoshwa emsebenzini uma bengahambisani nohla oluthile olubekiwe njengokuba nezinduna ebusweni.

- Daily Mail

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 11-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-17°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool. PE: 13-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...