Balashelwa amarabi abadle i-salad ebelinelulwane

2017-04-10 12:29

Florida - Kuthiwa abalashelwe isifo samarabi abantu ababili kulandela ukudla i-salad okutholakale kulo ilulwane elifile abebelithengile esitolo eiskhulu iWalmart, eFlorida, eMelika.

Leli lulwane lithunyelelwe eCentre for Disease Control and Prevention (CDC) liyohlolwa.

OLUNYE UDABA: Kusolwa amarabi kongeniswe esibhedlela eKZN

Lesi sikhungu i-CDC sithi amathuba okutheleleka ngamarabi mancane kakhulu kodwa ngenhloso yokuvimbela okungenzeka,  la bantu abadle leli salad kuthiwa kumele balashelwe amarabi.

Ngokujwayelekile amarabi yisifo esihlasela izinja.

 -  theguardian

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Sunny. Cool. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -3-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 6-17°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...