Bagwetshiwe abalahlwe yicala lokuba yizitabane

2016-04-26 13:32

Cairo – Inkantolo yaseGibhithe isigwebe amadoda angu-11 asolwa ngobutabane, yawanikeza iminyaka ephakathi kwemithathu nengu-12 etholoza ejele, kusho imithombo.

Laba baboshwa eflethini eliseCairo ngoSepthemba wonyaka odlule.

OLUNYE UDABA: Uzobabela enkantolo obelashelwa ubutabane

Inkantolo yabathola benecala “lokuzitika ngokocansi ngamabomu”.

Kuleli lizwe akukho semthethweni ukubopha abantu abathandana bengabobulili obufanayo, kepha kusetshenziswa lo mthetho wokuzitika ngokocansi ukubopha isitabane.

- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C High level clouds. Cool. Pta: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 16-33°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-29°C Sunny. Warm. PE: 14-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...