Babhikishe bephethe amathoyizi ocansi

2016-08-25 11:30

Austin – Amakhulu abafundi basenyuvesi yase-Taxes babhikishele ukuqedwa kwezibhamu kumakhempasi bephephe amathoyizi ocansi.

Lokhu kulandela umthetho omusha ugunyaza ukuphathwa kwezibhamu uma zifihliwe.

Abahleli balo mbhikisho bathi basebenzisa amathoyizi ocansi ukuhlambalaza lo mthetho abawubona ungasile oweziwa ile nyuvesi.

OLUNYE UDABA:Umncintiswano "wenkomo" enhle kunazozonke emhlabeni

Laba bafundi bathi abahambisani nalo mthetho ngisho zinamalayisensi izibhamu futhi zifihliwe.

Umphathi wale nyuvesi washiya phansi isikhundla ngemuva kokuqinisekisa lo mthetho.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C High level clouds. Mild. Pta: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-20°C More clouds than sun. Cool. PE: 14-18°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...