Amaphoyisa athungatha abaqhumise imoto ethwala imali

2017-04-02 17:05

Johannesburg - Amaphoyisa aseGauteng aseqalise ukuthungatha abasolwa ababambe inkunzi imoto yemali ngoMgqibelo ku-R24 ngase-O.R. Tambo IUnternational Airport.

Imoto yemali iqhunyiswe emgwaqeni omatasa empumalanga yeGoli, kwabanokubambezeleka kwezimoto. 

Abazibonele bathi abantu besilisa ebebehamba ngezimoto ezimbili zikanokusho babambe inkunzi imoto ethwala imali ngemuva kokuqhuma kwayo.

OLUNYE UDABA

Izimoto ababaleke ngazo zitholakale ngokuhamba kwesikhathi e-Isando. 

Okhulumela amaphoyisa uLungelo Dlamini ucele noma ngabe ubani onolwazi ukuba abikele amaphoyisa.

- SABC

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-28°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-26°C Heavy rain. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...