Amaphoyisa athi wazibulala 'owashiswa ngoba enqabe umendo'

2016-07-02 14:03

Islamabad - Intombazane yasePakistan okuthiwa yashiswa iphila ngemuva kokunqaba umshado, empeleni kuthiwa yazibulala yona, kusho amaphoyisa esitatimendeni.

Lesi sitatimende samaphoyiska sigxekwe kakhulu yizinhlangano zamalungelo abantu.

OLUNYE UDABA: Udlwenguliwe onqabe umshado

Ukushona kukaMaria Sadaqat, 19, kwadonsa amehlo omhlaba kulandela imibiko ethi wabulawa ngesihluku ngemuva kokunqaba umendo.

Amakhulu abesifazane abulawa yizihlobo zawo njalo ngonyaka ePakistan uma eke athatha izinqumo eziphambana nomndeni.

USadaqat kuthiwa wabulawa ngesihluku yisixuku sabantu ngoMeyi.

- AFP

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 21-33°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 19-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-29°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 21-26°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 23-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...