Amadelakufa agadle esiteshini samphoyisa, ashiya kumapeketwane

2016-08-26 10:00

Turkey – Ibhomu elikhulu ebelifakwe emotweni lidedelwe phandle kwesiteshi samaphoyisa eCizre,Turkey.

Kushone amaphoyisa angu-8 kwalimala amanye angaphezu kuka-45 kulesi sigameko esenzeke ngoLwesihlanu ekuseni.

OLUNYE UDABA:‘Amadelakufa esifazane abulale '58 wabantu'

Okwamanje ayikacaci imbangela yalokhu nokuthi ngobani abenzelokhu kodwa abezindaba kuleliya lizwe basola ukumiswa kweqembu lezombusazwe iKurdistan Workers Party, PKK.

Seziningi izigameko zokuhilizisana phakathi kweziphathimandla zezomthetho kanye naleli qembu kuleli dolobha, kubika i-BBC News.

- BBC

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Showers late. Partly cloudy. Cool. Pta: 17-28°C Rain showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-23°C Showers early. High level clouds. Mild. Bloem: 13-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-24°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...