Ziyanda izinkinga eSyria

2013-01-15 07:18

Damascus - Ayanda amaphimbo athi makuphenywe ngokuhlukunyezwa kwamalungelo abantu eSyria njengoba sekuphele izinyanga ezingu-22 leli lizwe libhekene nodlame.

Lokhu kulandela ukuthi inhlangano yamalungelo abantu ibike ukuthi kubulawe izingane ezingu-26 odlambedlwini lwakamuva.

Le mibiko ivele ngoMsombuluko njengoba inhlangano ezinze eNew York, iHuman Rights Watch, isole uhulumeni kaMengameli Bashar Assad ngokusebenzisa isihluku.

Bangu-57 ohulumeni abacele i-UN Security Council ukuba iyise lolu daba e-International Criminal Court.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-31°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 15-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-24°C Mostly cloudy. Mild. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...