Zibakhalele ngezinsolo zokubulala e-Italy

2013-02-21 07:21
Yabelani Shicilela

Rome - Kuboshwe abantu abayisithupha kwathi owesikhombisa waboshelwa endlini kulandela izinsolo zokushaya babulale omunye ngengxabano eyasuka ebholeni, kusho amaphoyisa.

Basolwa ngokuphatha izibhamu ngokungemthetho nokuhlela ukubulala uRaffaele De Rosa, nowaba yisisulu sempi yokuziphindiselela kulandela ukungena indaba yokulwa kukamfowabo ebholeni.

Ngo-Ephreli 2011, uDe Rosa wafika esibhedlela elimele kanzima wathi ushayiswe yimoto, wanqaba ukulaliswa, wabe eseshona emasontweni amabili alandelayo.

Ukuhlolwa kwesidumbu kwaveza ukuthi wabulawa ukushaywa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Siyakhula esababulawe okhethweni eNdiya

Emizuzwini eyi-11 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-21°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 14-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...