Wavalelwa emakhazeni iminyaka ehlukunyezwa

2013-01-25 10:01
Yabelani Shicilela

Beijing - Owesifazane waseChina, ubegqunywe emakhazeni amadala angasasetshenziswa, kulandela ukuthi akhalaza ngokugqilazwa komyeni wakhe naye owabe eboshiwe.

UChen Qingxia ugqunywe kula makhaza iminyaka emithathu egcwele, egadwe ngabasebenzi abekade bemfukuzisa, kusho umbiko weGlobal Times.

Usizi lwakhe lwaqala ngo-2003, ngesikhathi umyeni wakhe eboshwa.

Ngesikhathi esededeliwe, umzimba wakhe wawukhombisa ukuthi ubehlukunyezwa futhi wayephazamisekile nasemqondweni.

Ngemuva kokuthi ekhalaze ngalesi sehlo wazithola esevalelwa, ethola ukuhlukunyezwa okufanayo, kumanje lona usehamba ngesihlalo samasondo.

Umyeni wakhe owagcina egula kakhulu, wadluliselwa esibhedlela sabantu abagula ngengqondo.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...